U-Alice Ezweni Lezimanga: Alice's Adventures in Wonderland in Zulu
Indaba ethi "Alice's Adventures in Wonderland" ngumphumela wogqozi lukaMfundisi Charles Lutwidge Dodgson owazalwa ngoMasingana ngonyaka we-1832 eDaresbury, eCheshire. Izincwadi zobucikomazwi wazikhipha ngegama lakhe losiba likaLewis Carroll. Wedlula emhlabeni ngo-1898. Incwadi yakhe esidume ngelika-"Alice in Wonderland" yashicilelwa okokuqala ngo-1865. Ukungena kwale ndaba enkundleni yezincwadi kwavusa isasasa elikhulu kubafundi bezincwadi, kangangoba nabakhuluma ezinye izilimi bafisa ukuba ihunyushelwe ezilimi zabo. Emva kweminyaka eyishumi nanye nje ishicilelwe ngesiNgisi, yase itholakala nangezinye izilimi, njengesiJalimane, isiFulentshi, isiSwidi, isiNtaliyane, isiDashi, nesiRashiya. Eminyakeni yawo-1900, kwavela imvula yezihumusho. Nangayo le minyaka yawo-2000 isahushunywa. Nokho sazi ukuthi okokuqala ukuba kushicilelwe isihumusho sesiZulu. --- The story "Alice's Adventures in Wonderland" was written by the Rev. Charles Lutwidge Dodgson, who was born in January in 1832 at Daresbury in Cheshire. His literary works appeared under the penname of Lewis Carroll. He passed away in 1898. His book, which is popularly referred to as "Alice in Wonderland", was published for the first time in 1865. Its appearance triggered much interest among readers, and people of other languages were keen to have it translated into their languages. Within a few years of its first publication it was available in languages such as German, French, Swedish, Italian, Dutch, and Russian. In the 1900s a flood of other translations appeared. Even in the current century new translations are being published. As far as we know, this is the first translation to be published in isiZulu.
1132343232

15.95
In Stock
5
1

162U-Alice Ezweni Lezimanga: Alice's Adventures in Wonderland in Zulu
162Paperback
$15.95
15.95
In Stock
Product Details
ISBN-13: | 9781782010654 |
---|---|
Publisher: | Evertype |
Publication date: | 09/21/2014 |
Pages: | 162 |
Product dimensions: | 5.50(w) x 8.50(h) x 0.37(d) |
Language: | Zulu |
About the Author
From the B&N Reads Blog